Ekhaya-文本歌词

Ekhaya-文本歌词

Grandmaster SA
发行日期:

Manje Imicabango yami ishona lee nalee

Angazi ngiye lena noma lee

Ekhaya kukude kakhulu ngibakhumbule

Ugogo noMkhulu Mdali bakhumbule

Yaz ngihamba njalo emin kuze kuyoshona ilanga, ukuthi balale kanjan

Ngizozwa ngoban awu Baba ngicela ungikhanyisel izindlela zami

Amaphupho ami nawo eze efezeke nami

Ey yaz kuningi min engfis ukukwenza

Keph akwenzek mele ngihlez ngimemeza

Ekhay Balala ngendlala ngyasaba

Ukuyichaza lendaba ngoba k'thiwa ngiyazenza

Ngingazenza kanjan ngibe ngihluphek indlala akekh ongayimela mele ngihlale ngifukuzaa

Nam ngfisa ukth konke kukhanye kengibon impumelelo umnden wam ujabule

Nanini kumele nam ngilokh ngizama isandla ngisifak ekhaya kengibe nosizo

Ngiyafisa ukubona umnden wonke ujabule sibong ukuvuka njalo nasemini usikhumbule

Ngiguqa ngedolo njal uma kubheda

Angigcini laph endlin yokukhuleka ngyangena

Plus angina Stress nje ngalokh ngiyayiqhenyaa ukuphila kwam ukuphila kukaGogo neKhehlaa

Ngicel imnyak emningi ngikhule, uma ngiphumelela bebukee

Thixoo somandlaa ngilule

Ey

Manje Imicabango yami ishona lee nalee

Angazi ngiye lena noma lee

Ekhaya kukude kakhulu ngibakhumbule

Ugogo noMkhulu Mdali bakhumbule

Yaz ngihamba njalo emin kuze kuyoshona ilanga, ukuthi balale kanjan

Ngizozwa ngoban awu Baba ngicela ungikhanyisel izindlela zami

Amaphupho ami nawo eze efezeke nami

Kulemnyak ezayo mhlamp kuyobe kungcono

Ikhono liyaphila ngfisa ukuphila ngalo

Kodwa makuphila kahle uMkhulu noGogo nam ngyathemba ngyolandela kahle emvaa kwabo

Kunokubanzima ngb uMkhulu esegula kushod imali laph akukh nam engingakwenza

Ngicel amandla kulokh engifis ukukwenza kube impumelelo ukuze umnden ujabule

Kubuhlung ngoba ngihlez ngikhala njalo

And impendulo ayikh ngithandaza njalo

Ngyathemba ngek ungilahle Baba njalo

Inkinga ukth ngiyingabaza njaloo

Noma kunzima mele ngilokh ngikhuleka

Ngyaqinisela ngoba angfun ngish ukuhluleka

Makufik ubunzima ngyazam ukubafonela ngibatshel bonk ukth ithemba liyangiphelela

Ngiyabonga konke enikwenzayo ey ngiyabonga ninginik uthandoo woo